S.Ngwenya Evangelist in Living Grace

S.Ngwenya Evangelist in Living Grace Prophet Pastor and motivational speaker in Izithunywa Zasemanzini Zikamoya Oyingcwele God's Vision

Church Services from 11:00 to 13:00 Every Sunday,your attendance will be highly appreciated to God and us.see you there�

09/06/2026

Uma unkulunkulu Engakithi Akekho Ongamelana Nathi ngoba sisuke sihamba namandla amakhulu

09/06/2026

Ngiyanibingelela bazalwane baka baba wethu osezulwini unkulunkulu abenathi esandleni somusa amen

https://www.facebook.com/share/inspirationaljourney18bKTHoNfr/Sicela Ungene Nawe Uzozitholela Ukwelashwa Ngamazwi Nangom...
08/06/2026

https://www.facebook.com/share/inspirationaljourney18bKTHoNfr/

Sicela Ungene Nawe Uzozitholela Ukwelashwa Ngamazwi Nangomkhuleko Ojulile Ohamba Namandla Amakhulu Ehla Phezulu Ekhaya Emazulwini. No
Pastor Sbusiso Ngwenya and Motivational Speaker and Preacher

Ekuqaleni Unkulunkulu Wadala Izulu Nomhlaba Wase Ebona Kukuhle Ukuthi Adale Abantu Nakho Konke Okukhona Emhlabeni Wakhe, Wase Wakha Ngamabomu Izindlela Ezimbili Eya Eniniva neya Etalashishi. Wena Ingabe Uhamba Ngayiphi Namhlanje. Uyazishaya nah Isifuba Sakho Usho Ukuthi Mina Ngenze Lokhu Okuhle Emhlabeni Kankulunkulu Angithume Khona and Ngikwenzile Unkulunkulu Ungibusisile Ngiyongena Ngalokhu Okuhle Engikwenzile Ekhaya Emazulwini. Uma Kukhona Okuhle Okwenzile Emhlabeni Kababa Ngena Uthi Amen. Ujehova Akufakazele Ngokukupha Isibusiso.

Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma UNENHLIZIYO EMBI. Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma UNGAFISELI ABANY...
08/06/2026

Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma UNENHLIZIYO EMBI. Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma UNGAFISELI ABANYE ABANTU OKUHLE. Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma UNGAYI EZINDLINI ZOKUMKHONZA UBABA WETHU OSEZULWINI. Khohlwa Ukuthi Uyowubona Umbuso Wezulu Uma Wachitha Igazi Walimaza Umfowenu Noma Udadewenu Ngenkemba. Wase Wangayi Kubaba Wethu Osezulwini Ukuyocela Akuthethelele Leso Sono NALELOCALA.MAQEDE WAYOGEZWA WASE UYAHLANJULUKWA WAGUQULWA WABA ISIDALWA ESISHA. AKE NGIME LANA. NGIZOQHUBEKA MANGIBONA UKUTHI NIKHONA

Ekuqaleni Unkulunkulu Wadala Izulu Nomhlaba Wase Ebona Kukuhle Ukuthi Adale Abantu Nakho Konke Okukhona Emhlabeni Wakhe,...
08/06/2026

Ekuqaleni Unkulunkulu Wadala Izulu Nomhlaba Wase Ebona Kukuhle Ukuthi Adale Abantu Nakho Konke Okukhona Emhlabeni Wakhe, Wase Wakha Ngamabomu Izindlela Ezimbili Eya Eniniva neya Etalashishi. Wena Ingabe Uhamba Ngayiphi Namhlanje. Uyazishaya nah Isifuba Sakho Usho Ukuthi Mina Ngenze Lokhu Okuhle Emhlabeni Kankulunkulu Angithume Khona and Ngikwenzile Unkulunkulu Ungibusisile Ngiyongena Ngalokhu Okuhle Engikwenzile Ekhaya Emazulwini. Uma Kukhona Okuhle Okwenzile Emhlabeni Kababa Ngena Uthi Amen. Ujehova Akufakazele Ngokukupha Isibusiso.

08/06/2026

Uma Unkulunkulu Engakithi Akekho Namunye Ongamelana Nathi Emagameni Amathathu Elikayise Elendodana Nelikamoya Oyingcwele, Uma Ukholwa Vuthi Uvuma Ngomlomo Wakho Ukuthi Unkulunkulu Wapha U Samson Amandla Wokuthi Anqobe Ibhubesi Ithi Amen 🙏

Address

Etwatwa East 3543 Dav
Daveyton
ROLIHLAHLASTREET

Telephone

+27820677629

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when S.Ngwenya Evangelist in Living Grace posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to S.Ngwenya Evangelist in Living Grace:

Shortcuts

Share