Church of Western Cape

Church of Western Cape Uploade of what is happening in church cape and

04/12/2020
21/07/2020
EDELFT LOCAL CHURCH  (CAPE TOWN) CHURCH I LEADERSHIP EMIISEKE NGOKWAHLUKANA KWEZIPHIWO . Ukuze umsebenzi kaNkulunkulu uh...
27/05/2020

EDELFT LOCAL CHURCH (CAPE TOWN) CHURCH I LEADERSHIP EMIISEKE NGOKWAHLUKANA KWEZIPHIWO . Ukuze umsebenzi kaNkulunkulu uhambe akugcinwa ngokuhlelela ibandla ngesonto kuphela kodwa umsebenzi we leadership muningi (1) kubanokuhleleka kokukhonza phakathi nezinsuku (2) kune grooming ebakhona phakathi nezinsuku ekujongeni ukukhula kwabangcwela spiritual (3) kubenokufunda (4) kujongwe onke ama Department ukuthi ayasebenza yini uma kukhona ehlehlela emuva umsebenzi weleadership ukuthi uyoyisukumisa 5 ileadership ayibavaleli abazalwane abeza nemibono . Ileadership esebenza ngeziphiwo enomama phakathi ibanamandla amakhulu ngoba ezintweni ezenziwa physical banamandla omama lapho ibandla ligcina selinezinto zalo ngenxa yokusebenza ngeziphiwo ngoba iziphiwo azisebenzi kotata kuphela kodwa sisebenza kuwowonke umuntu okholwayo inkosi uJesu

Kune sililo somoya wemvuselelo ezwakalayo  eqhamuka kuma Locals alapha ekapa ngezindawo ngezindawo onke alila ngemvusele...
09/05/2020

Kune sililo somoya wemvuselelo ezwakalayo eqhamuka kuma Locals alapha ekapa ngezindawo ngezindawo onke alila ngemvuselelo ekupheleni kwe Lockdown

Umpostol uGoqo owatshilekelwa indaba yesityilelo senkosi yebandla kunazozonke izisebenzi ngo 1958  ama Local okuqala kun...
08/05/2020

Umpostol uGoqo owatshilekelwa indaba yesityilelo senkosi yebandla kunazozonke izisebenzi ngo 1958 ama Local okuqala kunawowonke iNDlangubo iDlangezwa kanye ne Sikhawini esasebenza yedwa kusenguyena kuphela sibonga inkosi ukuthi isamgcinile kuze kube manje

Izisebenzi zenkosi ezishumayela umhlaba wonke thina njengabazalwane kufanele sibakhulekise sihlanganyele ebunyeni bomkhu...
26/04/2020

Izisebenzi zenkosi ezishumayela umhlaba wonke thina njengabazalwane kufanele sibakhulekise sihlanganyele ebunyeni bomkhuleko

Address

389 Delft Main Road, Delft South
Cape Town
7100

Telephone

+27791241800

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Church of Western Cape posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share