S.Ngwenya Evangelist in Living Grace

S.Ngwenya Evangelist in Living Grace Evangelist Pastor and motivational speaker in living Grace Divine Ministries Ekuthuleni

Church Services from 11:00 to 13:00 Every Sunday,your attendance will be highly appreciated to God and us.see you thereοΏ½

31/01/2025

U Jehova ungumalusi wami ngakho angiyikoswela lutho ngoba uyangilalisa emadlelweni aluhlaza abuyise umphefumulo wami.zilungisele ungene ngokuphelele endleleni eya eniniva Ubaba wethu osezulwini uyakuthi ungumtwana wakhe

31/01/2025

Ungasondeli kubaba unomoya ongahlambulukile ngoba angeke ukuzwe ukukhala kwakho noma isicelo Sakho,isizathu thina Bantwana bakababa wasifundisa ukuthi kufanele ube nokuthula emoyeni wakho Ngaso Sonke Isikhathi ukuze Umoya Oyingcwele uhlaliseke kuwe.

31/01/2025

Ukuqala kokuhlakanipha kuwo wonke umuntu osemhlabeni kababa wethu osezulwini (Ukumesaba U Jehova) wazi Ukuthi uyena baba wakhoke okufanele umethembe: 1 Ngomoya Wakho wonke Ohlambulukile. 2 Zinikele Ubuwena bakho bonke esandleni sakhe somusa Uzobona Uzonqoba Ngisho noma ngabe kunzima kangakanani,mina ngingufakazi ikhulumile nami eyami ingelosi yathi ngempela ngempela Ubaba wethu osezulwini wayivusa indoda yakhe u Jesu Krestu Wase Nazareth Kwabafileyo.

31/01/2025

Ukuthula Makubenani Bazalwane Benkosi Ubaba wethu osezulwini,Noma Kumnyama yena ungukukhanya kwethu Uyanakelela U Jehova Ubaba wethu methembe

13/07/2023

Sanibonani Sanibonani Nonke Ekhaya bazalwane benkosi emagameni amathathu elikayise elendodana nelikamoya oyingcwele amen πŸ™

U Jehova usesengumalusi wami angiyi Kwesela Lutho,bengisabambekile nje Bazalwane Benkosi kodwa sengikhona esandleni somusa

11/05/2023

Sanibonani Sanibonani Nonke Ekhaya Ninjani Namuhla Bantwana Benkosi Emagameni Amathathu Elikayise Elendodana Nelikamoya Oyingcwele Amen πŸ™

21/10/2022

Amen Bangcwele Bakathixo Namuhla Emagameni Amathathu Elikayise Elendodana Nelikamoya Oyingcwele Amen πŸ™

23/06/2022

Ngiyanibingelela Bazalwane Emagameni Amathathu Elikayise Elendodana Nelikamoya Oyingcwele πŸ™

21/05/2022

Sanibonani sanibonani nonke ekhaya ninjani namuhla ekuseni emagameni amathathu elikayise elendodana nelikamoya oyingcwele πŸ™
Sibonga Amandla Nomusa Nothando lwenkosi yethu Unkulunkulu Ongahlulwa Ilutho Amen πŸ™

25/01/2021

Ngiyanibingelela nonke ekhaya zinceku zika jehova ninjani namuhla ekuseni emagameni amathathu elikayise elendodana nelikamoya

21/01/2021

Address

Vilakazi Street
Bethal East

Opening Hours

11:00 - 13:00

Telephone

+27820677629

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when S.Ngwenya Evangelist in Living Grace posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to S.Ngwenya Evangelist in Living Grace:

Share