IKhethelo Lonyazi

IKhethelo Lonyazi We are a young group of brothers who served as Amakhosana Amanazaretha angaphansi kwebandla laseBuhl

Besimenyiwe nathi eBuhleni siyiKhethelo LoNyazi ✊🏾
21/07/2025

Besimenyiwe nathi eBuhleni siyiKhethelo LoNyazi ✊🏾

Nkulunkulu 👑wethu sizwe esimnyama, sibonga uhambo oluhle sicela uphinde welule isandla sakho ezimpilweni zethu nezifiso ...
22/01/2025

Nkulunkulu 👑wethu sizwe esimnyama, sibonga uhambo oluhle sicela uphinde welule isandla sakho ezimpilweni zethu nezifiso esinazo ngabanye zifezeke kulonyaka ka2025🙏🏾

23/12/2024

🔊Bantwana bakaNkulunkulu uNyaz'lweZulu sifisa ukwazi ukuthi amaholidi uwadlelaphi nendawo asakuphethe kahle kodwa?

Niphile zingane zakithi🙏🏾

Izinkumbi zamaNazaretha aseBuhleni abuthene eMaphephetheni ukuzophelezela uMfundisi uGcwensa, inqwaba yabagcotshwa boNya...
20/11/2024

Izinkumbi zamaNazaretha aseBuhleni abuthene eMaphephetheni ukuzophelezela uMfundisi uGcwensa, inqwaba yabagcotshwa boNyazi bebezofihla uzakwabo lapho sibala oMfundisi uNtombela,uNzama,uShozi,uMdluli,uJiyane nabanye abaningi. Lomfihlo kaMfundisi ubuhanjelwe nangamalungu kahulumeni lapho sibala ubaba uVusi Dube, uDr Zweli Mkhize kanjalo noSiboniso Duma.

Ulale uPhumule Ndimande uyibekile induku ebandla🕊

🕊

🕊Shembe yiba noMfundisi weNkosi obusibolekile yena waba yisibani ezimpilweni zabaningi ekusikhombiseni indlela yokuphila...
15/11/2024

🕊Shembe yiba noMfundisi weNkosi obusibolekile yena waba yisibani ezimpilweni zabaningi ekusikhombiseni indlela yokuphila nokuqonda kangcono ukuthi uShembe unguNkulunkulu.

Lala ngokuthula Mfundisi Gcwensa uyibekile induku ebandla🙏🏾

Sanibonani bantwana boNyaz'lwezulu sithembe nisaphilile sifisa ukwazi ukuthi ubuSabathaphi namhlanje or ubuyovala uMhlan...
26/10/2024

Sanibonani bantwana boNyaz'lwezulu sithembe nisaphilile sifisa ukwazi ukuthi ubuSabathaphi namhlanje or ubuyovala uMhlangano eJudia🙏🏾

Sanibonani kuyiSabatha sithembe niphilile sengathi unkulunkulu wangempela uNyaz'lweZulu lunganibusisa lukhumbule izinsiz...
15/06/2024

Sanibonani kuyiSabatha sithembe niphilile sengathi unkulunkulu wangempela uNyaz'lweZulu lunganibusisa lukhumbule izinsizi eninazo luziqede zonke Amen🙏🏾

July iKhethelo LoNyazi belikhona inkosi isiphile isibusiso🙏🏽
09/08/2023

July iKhethelo LoNyazi belikhona inkosi isiphile isibusiso🙏🏽

23/03/2023

Ukuba umzulu nje

19/03/2023

Vuka Nathi Sokhanyiso ngalemini yakho, usivikele emazinyweni alezo zitha zethu 🙏🏽Sengathi uShembe wangempela uNyaz'lweZulu lungaba nathi kukho konke esikufisayo kube yimpumelelo nuniphe namandla emsebenzini wokuziphilisa eniyenzayo.. Amen🙏🏽

Address

4126, EThekwini, Kwazulu Natal
Amanzimtoti
4126

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IKhethelo Lonyazi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category