17/01/2022
Siyabingelela kubazalwane bonke, sidlulisa isimemo kubantwana ebebenza uGrade 12 ngo-2021 neminyaka edlulile (abaphumelela nababengapasanga) ukubeluleka nokubakhulekela abasafuna izikole nezinye izinkinga abanazo kumkhuleko wabo ohlelwe kanje:
Usuku: 22/01/2022
Isikhathi:12:00 emini
Indawo: Harding ( Ebandleni)
Kucelwa abasebenzayo nabanamandla baphonse ku-“Malihambe”, ngokuxhasa ku-Capitec; A/C No.:136 107 8993.
Wonke uMzalwane onethuba uyamenywa futhi ukhululekile ukuthamela lomkhuleko osichaziwe ngenhla. Angibonge ukubambisana