The word of God.

The word of God. Word of God.

31/01/2022
10/10/2021

If usadakwa utshwala wenze ama mistakes lungisa mzalwane. If usawumzalwane onama moods lungisa mzalwane. If usewumzalwa one pride lungisa mzalwane. If usawunzalwa ofuna uku controla yonke into wena awutshelwa lungisa mzalwane. If uwumzalwane ongahlambuluki lungisa nomangabe uyi leader noma ungumongameli noma uwumfundisi lungisa mzalwane. If uwumzalwane uwile fuka ngoba awusafani nabanye abazalwane kumele ubuyele eNkosini. Uyamukelwa u Jesu Kristu WaseNazaretha.

04/07/2021

He is Holy

04/07/2021

“Be completely humble and gentle; be patient, bearing with one another in love.” “Be still before the Lord and wait patiently for him; do not fret when people succeed in their ways, when they carry out their wicked schemes.”

15/02/2021

Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa, wavuka, ngokunjalo-ke uNkulunkulu uyakubaletha nabaleleyo kuJesu kanye naye.
Ngokuba lokho sikusho kini ngezwi leNkosi ukuthi thina, esisekhona sisasele kuze kube sekufikeni kweNkosi, asiyikubandulela nempela abaleleyo,
ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala,
khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo.

29/10/2020

Yini ukuphila okuphakade? Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa oqinisileyo, nomthumileyo, uJesu Kristu.

29/10/2020

Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza, nemikhulu kunale uyakuyenza; ngokuba mina ngiya kuBaba.
Noma yini eniyakukucela egameni lami ngiyakukwenza ukuba uBaba akhazimuliswe eNdodaneni.

29/10/2020

UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.

29/10/2020

Kepha yilokhu engiyakukubuyisela enhliziyweni yami, ngalokho nginethemba:
ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe, ngokuba ububele bakhe abupheli.
Busha ekuseni njalo; ukuthembeka kwakho kukhulu.

24/08/2020
07/07/2020

Let Your hand be upon the man of Your right hand Upon the son of man whom You made strong for Yourself. Then we will not turn back from You; Revive us and we will call upon Your name. Restore us O LORD God of hosts; Cause Your face to shine And we shall be saved!

Address

960463 Nxamalala Location Sweetwaters 3201
Sweetwaters
6046

Telephone

+27671998628

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The word of God. posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share