10/09/2020
Mathewu 6 isahluko
33 Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe,khona konke lokhu kuyakwenezelwa Nina
34Ningakhathazeki ngengomuso iyakukhathalela okwayo. Inkathazo yosuku yanele lona.
Folk's
Do not worry many times the scripture tells us to not worry, in Matthew (do not worry about what you will eat,drink, eat or wear...)
The scripture says (Do not let your heart be trouble...)
GOD want us to be happy even in hard times the MOST HIGH GOD is with us,
As the scripture says (I will never live you nor forsake you...)
UmShumayeli isahluko3
1konke kunesikhathi sakho,
yonke indaba inomzuzu wayo phansi kwezulu.
2kukhona isikhathi sokuzalwa nesikhathi sokufa,
isikhathi sokutshala nesikhathi sokusiphula okutshaliweyo;
3isikhathi sokubulala nesikhathi sokuphilisa,
isikhathi sokudiliza nesikhathi sokwakha;
4isikhathi sokukhala nesikhathi sokuhleka,
isikhathi sokulila nesikhathi sokusina;
5isikhathi sokuphonsa amatshe nesikhathi sokuqoqa amatshe,
isikhathi sokugona nesikhathi sokungagoni;
6isikhathi sokufuna nesikhathi sokulahlekelwa,
isikhathi sokugcina nesikhathi sokulahla;
7isikhathi sokuklebula nesikhathi sokuthunga,
isikhathi sokuthula nesikhathi sokukhuluma;
8isikhathi sokuthanda nesikhathi sokuzonda,
isikhathi sokulwa nesikhathi sokuzola.
Konke kuyadlula brother's and sisters ningazikhathazi.
take all the pressure and put it right on GOD🙌, let him be in control🎮 also let JESUS CHRIST be a captain🛂 of your salvation✝️.