Mkuze Ward 20

Mkuze Ward 20 Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mkuze Ward 20, Mlingo village, Mkuze.

08/06/2023

Sibingelele simema bonke osomabhizinisi abancane ukuba baphelele ehholo eMlingo kusukela ngo-8:00 isikhathi kuyoze kushaye u-12:00 bazolekelelwa ukugcwalisa iForm leVula Fund kutholakale namaPermit okusebenza akwaMasipala, nabomunyango wakwaEDTEA bazobe bekhona ukuzonilekelela SIYABONGA

Ziyakhipha kusasa lokhu okusayo, sizoqala ngo-3 ntambama🤞
30/12/2022

Ziyakhipha kusasa lokhu okusayo, sizoqala ngo-3 ntambama🤞

Ziyakhala 🤞
15/12/2022

Ziyakhala 🤞

21/11/2022

Ngibingelele Mphakathi waseMkuze eMlingo, kulaba kade befelwe iTransformer yalungiswa kusasa uyeza uEskom uzokwenza iAudit sicela nilungise izigubhu kuze zingakhishwa uma besifica sesilungisiwe ngeke basikhiphe, lungisani siyanicela kuze ningasokoli🙏

17/11/2022

Mphakathi waseMkuze eMlingo ngiyanazisa ukuthi u-Eskom usendleleni uzofaka iTransformer ebifile, besicela abebexhume izintambo ezisuka kwezinye izindawo bazikhiphe ngoba zizosidalela ezinye izinkinga SIYABONGA

Sibingelele Mphakathi wakuWard-20, niyamenywa emhlanganweni ophuthumayo kusasa ngo-17:00 ehholo eMlingo 15/11/2022, umay...
14/11/2022

Sibingelele Mphakathi wakuWard-20, niyamenywa emhlanganweni ophuthumayo kusasa ngo-17:00 ehholo eMlingo 15/11/2022, umayelana nezinkinga zikagesi kanye nabantu okumele baqashwe kuMkuze Sewer upgrade project SIYABONGA🙏

Sibonge kuDr Senekal and his Son ukuba sibabize basabele uma konakele bazolekelela, isimo saseMkhanyakude sesilungile am...
18/10/2022

Sibonge kuDr Senekal and his Son ukuba sibabize basabele uma konakele bazolekelela, isimo saseMkhanyakude sesilungile amanzi asagcwalisa emathangweni bathi azoze aqale ukuphuma ngo-03:00 kusasa ekuseni nakuba singaphathekile kahle ngokunganaki ilungelo labantu lokuthola amanzi kodwa linye ilanga kuyoqhuma nhlamvana ezinye ziyofeketha, liyoduma ekuseni🙏

15/10/2022

Ngibingelele ngiyanikhumbuza ngomhlangano ka-Eskom namuhla ngo-11:00 eMlingo hall, ngithola umbiko othi amanzi ngeke sibe nawo umasipala awuwukhokhele ugesi, u-Eskom uwuvalile la kuhlanzwa khona amanzi 🙏

13/10/2022

Sibingelele Mphakathi waseMkuze namaphethelo niyamenywa emhlanganweni, kuzobe kufike abakwa-Eskom customer care kuzokhulunywa ngezinkinga zikagesi ngeSabatha 15/10/2022 eMlingo hall 11:00, sicela nifike nizobanika izikhalazo kanye nemibono yenu sizwe nokuhle abasiphathele khona SIYABONGA

Ngibingelele bahlali baseMlingo asefakiwe amaTank enu amanzi azosiza uma kuhambe amanzi okwamanje aw-10 basaqhubeka noku...
09/10/2022

Ngibingelele bahlali baseMlingo asefakiwe amaTank enu amanzi azosiza uma kuhambe amanzi okwamanje aw-10 basaqhubeka nokuwafaka besicela nisiqaphise wona bengagangi laba abangafuni umphakathi uthuthuke SIYABONGA

04/10/2022

Sibingelele Mphakathi sibonge abaphumelele emhlanganweni wanamuhla, sicela ukumema osomabhizinisi noma osonkontileka emhlanganweni ozoba seMlingo hall 05/10/2022 10:00 bakuWard-20 nawo onke ama Business Forums akhona eMkhanyakude, nizokwaziswa ngemisebenzi eningakwazi ukuhlomula kuyo 30% kuyiProject yeSewer upgrade eseMkuze SIYABONGA

Address

Mlingo Village
Mkuze

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkuze Ward 20 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share