Phumelela Zulu Congregational Church of the Zion - PZCC

Phumelela Zulu Congregational Church of the Zion - PZCC Ibandla lenkosi under Brsb MPotshane emkhayane

12/04/2023

Ubuhle bokumazi christ umsindisi , great Phasika

26/04/2022

Jehova wena oskhanyisela indlela , baba senze sibone ubuhle bakho

Asikwenze lokho okuthandwa yinkosi
07/03/2016

Asikwenze lokho okuthandwa yinkosi

25 March is around the corner  inkosi izosenza sibebahle sonke   Amen  sbonga umvelinqangi
15/02/2016

25 March is around the corner inkosi izosenza sibebahle sonke

Amen sbonga umvelinqangi

pzcc
17/08/2015

pzcc

07/08/2015

Alukho usuku olungasoze lwafika empilweni , olwenjabulo ,elokujabha nezinhlungu kanye nenhluphelo luzofika , even elokufa luzofika , Sanbona ma PZcc amahle 08/08/15

21/07/2015

Nanka amazwi amnandi

Izilenkosi lithi ujesu kanye noPetro babezwana kakhulu , kodwa kwathi ngelinye ilanga inkosi ifuna ukubona uPetro ukuthi usakwazi yini ukulinda kanye nokubekezela , ujesu wathatha upetro baya naye olwandle kuthe uma befika khona bama ngaseceleni kolwandle ujesu wayeseyangena emanzini , izwi lithi akazange ashone phansi ujesu kodwa wabonakala ehamba phezulu kwamanzi , kwammangaza lokho upetro wafisa naye ukulandela inkosi kodwa akwenzakalanga lokho ngoba wayengenawo amandla , ujesu esekubonile lokho wamemeza uPetro wathi woza ungilandele ,nangempela wangena upetro emanzini walandela inkosi ngenxa yokulinda izwi lenkosi upetro wakwazi ukuhamba ezinyathelweni zenkosi , so nawe noma ngabe ukusiPhi isimo linda izwi lenkosi kungenzeka inkosi yenza itest ngawe ukubona ukuthi uyakwazi yini ukulinda izwi elizokukhulula Amen , inkosi inibusise

Kungumsombuluko ngifisa ukuthatha lelithuba nginifisele nonke izinsuku ezinezibusiso uthixo anisikelele ,anibusise ngakh...
06/07/2015

Kungumsombuluko ngifisa ukuthatha lelithuba nginifisele nonke izinsuku ezinezibusiso uthixo anisikelele ,anibusise ngakhokonke enikufisayo

8 August 2015 , Emkhayani u July wama PZCC siyobe sinjena sonke yini ofisa ukuyibona ihlukile shlobo sami kulenkonzo nje...
27/06/2015

8 August 2015 , Emkhayani u July wama PZCC siyobe sinjena sonke yini ofisa ukuyibona ihlukile shlobo sami kulenkonzo njengoba sizobe sisendlukulunje

Address

Jozini

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Phumelela Zulu Congregational Church of the Zion - PZCC posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share