Zulu Congregational Church under Rt Rev Nene

Zulu Congregational Church under Rt Rev Nene The Zulu Congregational Church is a church that was founded in Kwa-Zulu Natal in 1896.

Youth Convention was lit👌
02/12/2024

Youth Convention was lit👌

To God be the glory
04/11/2024

To God be the glory

01/10/2024

IsAmbulo 2:4-6
[4] “Kepha nginalokhu ngawe ukuthi uluyekile uthando lwakho lwakuqala; [5] ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki. [6] Kepha unalokhu ukuthi uyayizonda imisebenzi yamaNikolawu engiyizondayo nami.

Alibongwe igama lenkosi

Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe ntsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando k...
08/06/2024

Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe ntsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle, nokuthandekayo nokupheleleyo
[Kwabase Roma 12: 2]


‭NgokukaMathewu 5:4 ZUL59‬[4]  Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa.Ngalamazwi, ngidlulisa umbiko ngokudlula emh...
03/04/2024

‭NgokukaMathewu 5:4 ZUL59‬
[4] Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa.

Ngalamazwi, ngidlulisa umbiko ngokudlula emhlabeni kuka Mrs Mkhize, ongumama kaRev Mkhize waseMid Illovo Circuit.

Umlindelo uzokuba sekhaya eMfume ngoMgqibelo mhlaka 6 April. Umngcwabo ube ngakusasa ngeSonto khona ekhaya.

UJehova abe nomndeni ngalesisikhathi

23/03/2024

Khiphani imvubelo endala ukuze nibe yinhlama entsha, njengalokhu ningabangenamvubelo. Ngokuba nelethu iphasika lihlatshiwe, elinguKristu.

‭‭NgokukaMathewu 27:2-4 [2]  bambopha, bamuka naye, bamnikela kuPilatu umbusi. [3]  Khona uJuda owamkhaphelayo, ebona uk...
22/03/2024

‭‭NgokukaMathewu 27:2-4
[2] bambopha, bamuka naye, bamnikela kuPilatu umbusi. [3] Khona uJuda owamkhaphelayo, ebona ukuthi ulahliwe, wazisola, wabuyisela izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu kubapristi namalunga, [4] wathi: “Ngonile ukuba ngikhaphele igazi elingenacala.” Bona bathi: “Kuyini lokho kithi na? Zibonele wena.”

21/03/2024

Noma izinhliziyo zethu zisabheke phansi kodwa bathi " The show must go on" u Jehova asigcine sisalungiselela umkhosi we phasika. Ngcwele Simakade.

05/03/2024
Ngiyabingelela kubazalwane ezweni lonke. Ngokukhulu ukudabuka, ngazisa ibandla lamaZCC phansi kobuholi buka Rt.Rev SC Ne...
29/02/2024

Ngiyabingelela kubazalwane ezweni lonke. Ngokukhulu ukudabuka, ngazisa ibandla lamaZCC phansi kobuholi buka Rt.Rev SC Nene, ngokudlula emhlabeni kukaSuperintendant Rev Ngidi, kwiCircuit yasekhayelihle. Izinhlelo zokumbeka sizozimemezela uma sesiqede konke nomndeni.

UJehova athwale umndeni nebandla lonke kulesisikhathi sobunzima.

24/02/2024

Amen bazalwane, a passover message from Rt. Rev. Nene🙏🏾

Synod 2024📍Chesterville
13/02/2024

Synod 2024
📍Chesterville

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zulu Congregational Church under Rt Rev Nene posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Zulu Congregational Church under Rt Rev Nene:

Share