The Words In Christ Ministries

The   Words In  Christ  Ministries Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from The Words In Christ Ministries, Religious organisation, 51 oversley Road, Stoke-on-Trent.

11/06/2022

Nguye lo oweza ngamanzi nangegazi, uJesu Kristu, kungengamanzi odwa kodwa ngamanzi nangegazi; noMoya ungofakazayo, ngokuba uMoya uyiqiniso. Ngokuba bathathu abafakazayo, uMoya, namanzi, negazi; labo abathathu bavumelana entweni inye. Amen 1 JOHANE 5 - 6 - 8 siyabonga

09/06/2022
Welcome to words in Christ Ministries
09/06/2022

Welcome to words in Christ Ministries

09/06/2022

Ngokuba eNkulunkulu ekuKristu wenza ukuba izwe libuyisane naye, engababaleli iziphambeko zabo, ebeka kithi izwi lokubuyisana. Ngakho singamanxusa kaKristu ngokungathi uNkulunkulu unxusa ngathi; siyanincenga esikhundleni sikaKristu, sithi: Buyisanani noNkulunkulu. Amen 2 KORINTE 5 - 19 - 20 siyabonga

09/06/2022

Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima, ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe; lokhu kuyinqobo enqobe izwe: ukukholwa kwethu. Amen 1 JOHANE 5 - 3 - 4 siyabonga

08/06/2022

Yilowo nalowo okholwa ukuthi uJesu unguKristu uzelwe nguNkulunkulu, nalowo othanda ozeleyo uthanda naye ozelwe nguye. Ngalokho siyazi ukuthi siyabathanda abantwana bakaNkulunkulu, nxa sithanda uNkulunkulu, senza imiyalo yakhe. Amen 1 JOHANE 5 - 1 - 2 siyabonga

Address

51 Oversley Road
Stoke-on-Trent
ST66TY

Telephone

+447771523287

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The Words In Christ Ministries posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share