Vessels Of God Ministries Church

Vessels Of God Ministries Church NGO that support families on need of food and social needs but those who have no one working. You can support us to support others.

Nabu ubuholi engisebenza ngaphansi bakho.
11/01/2022

Nabu ubuholi engisebenza ngaphansi bakho.

14/12/2021

Christ is our best position where we find ourselves. He understand your prayers even without your words. He kwows us and guide us in every second of time.

Stay bold in his promises because they are real deal more than anything in the world.
Your testimony is hidden under tests.

Shalom

29/07/2021

Even this year where bad things happens remember the goodness of our Lord Jesus Christ and his love for you. Amen

How is this one?
16/04/2021

How is this one?

02/01/2021

Ubizo nokuthunywa nguThixo are 2 different things.
1. Ubizo kulapho wakhiwa khona, ufundiswa khona about you nombo, nezwe ozothunywa kulo.
2. Ukuthunywa. Ilapho UThixo esukuyisa ku practical world lapho uyokwenza okuthunyiwe.

Into eyenza umuntu abalise ngobunzima bobizo kusuke kuwukuthi usuke esheshe waya lana ezothunywa khona engakaqedwa obizweni.
Ingakho ke sizothukwa ngokuthi sibalekele ukusebenza sayofuna imali yomnikelo ngoba sifike kubantu singakaqedwa obizweni.
Ubizo luka Moses lwamubonisa isihlahla esivuthayo but ukuthunywa kwakhe kwamnika izimangaliso endukwini. Isihlahla usibona yedwa sidonsa yena and asimlekeleli ukubhekana noFaro, then induku yesimanga iyimfihlo yakhe oyikhipha imfakazele ukuthunywa.
Iningike manje likhishwa ukubona umlilo kanti alikanikwa lutho kokuthunywa. Ngenxa yempi endleleni baqale bazondle ngokudayisa izinto ukuze bazondle.
Kuyingozi kakhulu ukucabanga ukuthi igift onayo iwukuthunywa kwakho ngoba igift inikwa wonke umzalwane ukuze abe isici esi functioner kahle is the body of Christ.

Asixoxe ngobizo bazalwane.
Amen

15/12/2020

Shalom bazalwane. Uyazi ukuthi uma indlu izonwetshwa iqala idilizwe? Same as your life uThixo uvumela kube like uyaqedwa kanti uzonwetshwa.

04/04/2020

Only weapon usathane oyethembile manje is panic.
Kunamaqiniso amaningi ngesitha sethu necebo laso nomlando waso wokunqoba but konke lokho kunginika ithuba lokubheka ithemba labo nonkulunkulu wabo.
Inhliziyo yami igcwala amandla uma ngibuka owami UThixo ukuthi uyena yedwa owadala izulu nomhlaba.
Yebo umlando uthi babhubhisile izizwe nabonkulunkulu bazo kepha bafana nezintethe nezimpukane kuThixo wethu.
Ningesabi ukusanisa kwabo nomlando wabo ngoba UThixo wethu ungu Thixo ongaphezu kwakho konke.

Lencwadi ye 5G ibhalelwe UThixo Hhay thina, ngakho asiyibeke ebusweni bakhe.
Nginiyala ngobubele beNkosi, nginilobela ngezinyembezi ukuba ningethuki, isikhathi asikafiki lapho UThixo wethu eyophakamisa isandla sakhe ukubakhuza ngolaka lwakhe.

Ningakhothameli iziprofetho zabo ngoba zingefezeke uma zingaveli kuThixo wethu.

Uma umama ka Ishmayeli beka umntwana phansi kwesihlahla wamela kude ngoba esephelelwe ngamandla, kepha izwi lokulila komntwana lafinyelela kuThixo.
Bazalwane sineNdodana uma sesingenamandla iyasibubulela izwi layo lizwakale kuThixo, ngakho ningethuki ngoba izwi layo lizwakele, ngakho sizophendulwa.

By Apostle Z.B Dube
Amen.

03/04/2020

Shalom (Peace be with you)
UThixo usethembile ukuthi siphile kulesi sikhathi esinzima umhlaba wonke. Njengoba sekuphume nesimemezelo sokuba singaphumi ezindlini ezweni lonke lase SA.
Sizolalela ngenxa yezwi ku Roma 13:1&2.
Lesisimemezelo asisisebenzise ukufuna UThixo kakhulu ezindlini zethu, sibambene emkhulekweni esizoyenza kanyekanye ezindlini nsuku zonke njengebandla.

Lokhu kufaka izwi engizolifaka lana sikhulekele kulo everyday. Asizukuhlangana on Sunday in church but soba nalomkhuleko in the morning and afternoon.

Ngyakholwa ukuthi njengoba kukuningi okuzokwenzeka ezweni like heavy rains and heavy wind from tomorrow until weekend.
Ngicela ningakhohliswa muntu ukumelana nalelizwi ngoba njengebandla simelwe ukukhuleka ngazwi linye singenavalo.

UThixo usesesihlalweni Ngakho ningesabi ngoba igama lesifo lingaphansi kweGama esilinikiwe lika Jesu.

Ngiyakholwa lokhu kuzodlula Maduze negama leNkosi liyophakanyiswa.

From Pastor Dube
VOGM.

Ikhalenda yebandla. We fundraising for chairs so unganikela ngo R50 kuyaphezulu ukuze sithenge izihlalo.
05/03/2020

Ikhalenda yebandla. We fundraising for chairs so unganikela ngo R50 kuyaphezulu ukuze sithenge izihlalo.

Lakhelwe kulelizwi.
14/02/2020

Lakhelwe kulelizwi.

17/01/2020

The Lord is still willing to do great for everyone who trust in him.
Just keep your faith and trust him.

Address

Woolsington
Newcastle Upon Tyne
NE13 8BZ

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Vessels Of God Ministries Church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share